Mdakane

Mdakane

Gumbi

Mzilankatha


Langatshe

Mlotshwa

Wena obuza ngenduku endodeni abanye bebuza ngomlomo

Sinqa sempande

Nxiwa lakhiwa ngezinti zomkhonto

Mdukase

Nkabanhle

Sibong’eshile esthandwa abantu bonke

Wena omabele made wena owancelisa ingane ngaphesheya komfula ugcwele

Somkhanda

Wena waseMadakaneni

Tags:
Umbhali: Bongukholo Khumalo