Mbambo

Goba,
Mdunge, Theneza,
Mageza ngobisi lwenhlunu abanye begeza ngamanzi,
Jangaza
Ubambo kaludliwa ngabafokazana,
Ludliwa umlandokazi,
Mbiko

Scubu kasosiwa

Siyaphekwa kudle wonke emaGoba
Mkhemezela,
Khethwayo,
Jangaza,
Bhubhu kaNdaba,
Goba ngokugoba amadolo,
Mbambo kaLushozi kaMomoyi ka Mandlovu

Tags:
Umbhali: Bongukholo Khumalo