Izithakazelo zakwa Zungu

Izithakazelo zakwaZungu

Izithakazelo zakwa Zungu 

Gwabini,

Tshana,

Manzini,
Geda,
Ncwane,

Ncwane ka Mhlehlo,

Mhlehlo ka Sengwayo,
Ngankomo yaseMahenyeni,
Nyamakayishi,isha ngababhebhezeli,
Wena owaphuma ngenoni emgodini,
Sengwayo!

Zungu.

Awuqedwa Nyamakayishi!

UZunga noMakhoba ngamadodana enkosi uNcwane.UMakhoba wazala abakwaMakhoba.

Khumu!

Tags:
Umbhali: Bongukholo Khumalo